"Sesikhathele ukuwasha amehlo sesifuna yona ngqo manje. Ngizowucinga ngize ngiwuthole loya mkhukhu. Angeke ngingaRecord kulesiya studio esihle kanje. Into eshisa uyibuka nje." Kusho umlandeli econsa amathe.
Kule video yakamumva njengoba wayethembisile uNdlunkulu, uyiveza iqala ize iyophela into yakhe. Impela Amabhinca asehlala nethawula eduze ngoba chayona iyahalisa impela, nami ngiyayihalela.
